Ngicela/ngijuba/ngigunyaza ukuba ukhokhe umhlomulo wami, uma siphumelela isicelo kule-akhawunti elandelayo yebhange.
Ngiyaqonda ukuthi ukwedlulisa imali okugunyazwe lapha kwenziwa ngohlelo lwekhompuyutha olwaziwa nge-ACB, futhi ngiyaqonda ukuthi ayikho imininingwane yenkokhelo eyonikwa ibhange lami kodwa imininingwane yenkokhelo ngayinye iyobhalwa ephepheni lesitatimende sami sasebhange. (lokhu akusebenzi lapho ibhange ingavamile ukukhipha imibiko noma izitatimende zasebhange, isibonelo i-akhawunti yokonga noma uhlobo olufuzile).
Leli gunya lingamiswa yimina ngokufaka isaziso esibhaliwe sezinsuku ezingamashumi amathathu.
Qaphela: Ubufakazi obubhaliwe be-akhawunti yebhange (isibonelo, isitatimende sasebhange, iphepha eliphuma emshinini wemali, isheke elidwetshiwe) kufanele bufakwe.
Igama lomnikazi we-akhawunti...
Ngiyaqinisa ukuthi ulwazi oludalulwe ngenhla luyilo njengamanje futhi luphelele ngayo yonke indlela nokuthi uKhomishani woMshuwalense wokungaSebenzi awuzibophezeli ekukhokheni okungesikho okungaqubuka ngenxa yemininingwane engaphelele noma engaqondile ethulwe yimina.
Ulwazi lwethulwe : (Igama lesisebenzi saseBhange)...
